Wamtshela ezikabhoqo

Wamtshela ezikabhoqo - ukutshela umuntu ezikabhoqo usuke umtshela amaqiniso amsulwa, umtshela emakhaleni, ezwa. ungamfihleli.
Ukugandla ngo BHOQO kuchaza ukuthi lomuntu okhuluma naye noma uxabana naye akandile ngamazwi kodwa wenza isiqiniseko sokuthi uyilalela yonke inkulumo oyibhekisa kuye abese ephendula yingakho ekwehlula ngamazwi Uzokhumbula ke ukuthi uma kukhulunywa ngobhoqo kusuke kukhulunywa ngesitho somzimba okuyindlebe lapho kulendawana yayo egoqene ngasembobeni yokulalela nokuzwa umsindo ngalesoskhathi Okufana nalenkulumo ethi ngimtshele kwezikabhoqo lapho umuntu usuke ungalayezelanga usuke utshele yena ngqo wakuzwa ukuthi uthini kuye

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo